Ngena kuChannel yethu yeMpunga Yesintu TV.
Zibonele bukhoma imisebenzi yethu siyiMpunga Yesintu.
Kungani Kumeleukhethe thina ukhethe thina ukhethe thina
Siyinhlangano emele isintu soqobo iphinde ikhuthaze abantu ukubuyela kwinyathuko yokhulukhulwana, oKhokho Kanye noMkhulu babo.
Amanani.
Amanani ethu aphansi kakhulu.
Ulwazi
Ulwazi esinalo lwesintu namasiko lujulile.
Usizo
Siyakwazi ukukusiza noma ungenayo imali.
Kleza kogwansile; Enqolobaneni Enqolobaneni Enqolobaneni
Lapha sifundisa isintu nendlela eqondile yokugcina amasiko esintu, enkathini yanamuhla sekwadlwebeleka imikhuba isintu sashabalala okwamazolo ebona ilanga ngenxa yezimfundisoze zikandlebe zikhanya ilanga. Sizothi hloko emadosheni empunga Yesintu ngenhloso yokukukhombisa ukuthi okuqukethwe yiwo kunohlonze nawe uyadinga ukubhema kuwo.
Khetha kulezi izincwadi zethu Sithin' Isintu Amava Ahlabahlosile Indlela YesintuUyokhula Uzukhokhobe
Wonga kakhulu Kulezi izincwadi zethu zamanani aphansi.
Amava Ahlabahlosile
- UMuzi neKhaya
- Ukuzila
- Idlakubi
- Ukuthemeleza
- Imfihlo ngokufihla
Indlela Yesintu
- Ukuphahla
- Ukuthwasa
- Ikhabomama
- Inqikithi yoMsamo
- Ukuvala uMkhokha
Uyokhula Uzukhokhobe
- Inhlonipho
- Ukuziphatha Kahle
- Umdlalo kaMaqomana
- Ukushawa Kwezingane
- Uthisha Ungumzali Isibili
Umsebenzi Wethu Ezithombeni Ezithombeni Ezithombeni
Isintu namasiko
Iyabhubhudla inkezo, kusindwe ngobethole, nawe hlala unethezeke ukleze kulombele ogwansile. Lapha sifundisa isintu soqobo, okuhle ngathi ukuthi sishicilele iziNcwadi ezifundisa isintu ozokwazi ukuthola kuzo ulwazi olwanele;
Thola ukuthi abanye bathini Ngathi Ngathi Ngathi
Khabazela
“Siyabonga Mpunga yesintu ngolwazi olungaka”
Mapholoba
“Siyabonga ngolwazi nangomsebenzi omkhulu kangaka eniwenzela isizwe”
MaMthembu
“Sikleza kogwansile ngempela, siyabonga mpunga yesintu”
Mr Kunene
“Azibuyele emasisweni, asilutho ngaphandle kwesintu namasiko ethu”